                                     2

                        IMIGOMO YEZEMVELO ENINGIZIMU

                               AFRIKA ENTSHA

Kuwolombiko, iANC, COSATU, SACP kanye ne SANCO babheke ukuthi imvelo ithole
ukuvikelwa.

UHulumeni wobandlululo uzindle imvelo wavikela izilwane ngaphezu kwabantu
abahlala emalokishini. Ukulondolozwa kwezilwane zasendle kwasetshenziswa
ukususa abantu abampisholo BaseNingizimu Afrika kuzindawo zabo. Ngenxa
yakho lokhu Ngokuba abantu abampisholo abaningi babephikisana nomcabango
wokuvikela imvelo.

Ngaphansi kobandlululo iNingizimu Afrika yayihlukanisiwe kuwo wonke
umhlaba. Ngenxa yalokhu asikwazanga ukufunda ngokubamqoka kwezemvelo
okusemazweni amanye.

UHulumeni o musha wenza imigomo emisha yokuzama ukunikeza bonke
abaseNingizimu Afrika imisebenzi, ukudla, nokwakhela abantu izindlu kanye
namanzi ahlanzekile. Kusemqoka kakhulu ukuthi kuqasheiwe ukuthi yonke
emizamo emisha iyonakekela ingcebo yemvelo yethu. Kufanele silondoioze
inhialo yethu esihiaia phakathi kwayo ukuze IRDP ikwazi ukusebenza
ngokufaneleyo isikhathi eside.

ibox 2 ikhomba ukuthi kungani ukuvikelwa kwendalo okuhlalwa nayo kusemqoka
ku RDP. Imikhandlu yemiphakathi kanye nezinhlangano okungeza neze ezenzuzo
kufanele zisebenzisane nohulumeni ukuvikela imvelo yethu zibeye zighubeke
ngokwakhela abantu izindiu, zinikeza amathuba emsebenzi nokufakela abantu
ugesi namanzi.

Umthethethosiseko wesikhashana unikeza wonke umphakathi waseNingizimu
Afrika ilungelo lokunhlala ngendlela engeke yalimaza izidawo okuhlalwa kuyo
izimpilo zabo. Futhi unikeza wonke umphakathi waseningizi muAfrika ilungelo
lokwaziswa ukuthi uhulumeni uphethe luphi ulwazi maqondana nalokho
okuthinta amalungelo abo. Lokhu kuqonde ukuthi wonke umphakathi
waseninzizimu Afrika uyakwazi ukusebenzisa umthetho ukwenza isiqiniseko
sokuthi bathola ukuhlanzeka nempilo ngemvelo emakhaya nasemisebenzini.
Kusho futhi ukuthi umphakathi nawo banaso isabelo ngokuphathwa kwengcebo
yemvelo. Kodwa umthethosiseko omusha kufanele usho ukuthi abantu banawo
umsebenzi woku nakekela imvelo yabo.

 BOX 1: UKUSEKELWA
 NENTHUTHUKO
 Ngonyaka ka 1987, i World Commission on Environment and Development
 yaloba umbiko ngokusekeiwa kokuthuthukiswa komhiabathi. Ukusekelwa
 kokuthuthukiswa komhlabathi kusho ukuhlangabeza izidingo zabantu manje,
 kodwa ngaphandle kokulimaza imvelo ngendlela engenza ukuthi izizukulu
 ezilandelayo zingakwazi ukuhlangabezana nezidingo zabo. Ukukhula
 kwesayensi lokuphathwa komnotho wezwe kuyadingeka ukwenza impilo enhle
 kunoma ubani, kakhulu kubantu abampofu. Kodwa ukusekelwa kokuthuthukiswa
 komhlabathi kusho ukuthi umuntu kufanele athathe isinqumo ukuthi ukwanda
 lokhu kudaleka kanjani. Akufanele kulimaze' inhlalo okuhlalwa kuyo. Kanti
 futhi kufanele izuze wonke umuntu kakhulu kubantu abampofu.

 Kodwa kusekhona umbuzo osamelwe ukuphendulwa, kungathatha isikhathi
 esingakanani ukuze isayensi icazulule inkinga yokuphathwa komnotho wezwe
 ngaphambi kokuba inhlalo okuhlalwa kuyo ilinyazwe kakhulu iEcosystems*
 bese ifa?. Enye yezinkinga ukuthi ukusekelwa kokuthuthukiswa komhlabathi
 akusingcedi ukuvimbela amazwe acebile ukusebenzisa ingcebo eningi.

 BOX 2 : Izinhloso ze RDP ezidinga izingcobo zemvelo nokuphathwa kahle
 kwemvelo

 Imigoma ye RDP efuna imvelo nengcobo kanyo nkouphatha okulungile
 okuhlalwa kuy.
 UKUHLANGABEZANA NESISEKELO SEZIDINGO

 Ukwakhela abantu izindlu: Ukuthola umhlaba wokwakha izindlu
 zikawonkewonke.
 Amanzi: Ukunikeza ngamanzi ahfanzekile nange zindlu zangasese
 kuwonkewonke. Amandia: Ukufakela abantu abompisholo ugesi kuzindawo zabo
 Ukuthwala: Ukuletha ebiza kancane ukuthwala umphakathi
 Imvelo nengcebo: Indayiso yabantu bonke eyenzelwe phandle ngokwahlukanisa
 ingcebo njengomhlaba, amanzi, izinkhlanzi nokunye futhi
 Inhlalo okuhlalwa kuyo: Impilo elondekile nempilo ephilwayo futhi
 nokusebenza kundawo okuhlalwa kuyona.
 Ukondliwa komzimba: Ukudla okwanele wonke umphakathi Ningizimu Afrika.

 Zonke izinto lezo ezibalwe ebhokisini lesibili zizosebenzisa imvelo
 nengcebo, kakhulu umhlaba, amanzi namandla ezokumba phansi. Enyenenye
 izafisa futhi ukukhipha okungenamsebenzi lokho kufanele kuvunyelwane
 ngoku londeka. Thina kade sinazo izinkinga ngomoya nangamanzi angcolile
 noku xosha izingozi ezingenamsebenzi kusukela kwizimboni.

 UKWAKHIWA KWENDLELA YOKUPHANA

    * Ukudala imisebenzi kanye nokwenza ngcono amaholo.

    * Ukuthengisa umkhiqizo wethu kwamanye amazwe.

    * Ukusungula izimboni lezo ezizobebenzisa ingcebo yase-ndaweni ethile
      ukuze

 langabezane nezidingo zendawo ethile

    * Ukunikezela ngomhlaba kubalimi abancane.

    * Ukunikeza ngomhlaba wokulima kakhulu kubantu

    * Ukunceda abalimi abancane ukuletha ukudla kwezwe

    * Ukudala amathuba omsebenzi emaphandleni

    * Ukwenza isiqiniseko sokuthi wonke umuntu unayo indlu, amanzi, ukudla
      kanye

 nomsebenzi.

    * Ukuthembisa izimboni ukuzikhulisa nokuthuthela kuzindawo lapho
      kusweleka khona

 imisebenzi.

    * Ukuthembisa kancane isilinganiso kumsebenzi wonkumba emayini
      nakumabhizinisi

 amancane.

    * Ukuvumela uphakathi ompofu ukuthi ubambe izinhianzi kuzindawo zabo

    * Ukuthembisa ukuiima izinhianzi kumadamu.

    * Ukwenza umbuso wendawo okutshalwe kuyo imithi ihambe kahle kakhulu.

    * Ukuthengisa izivakashi ezibuka izwe nokwenza isiqiniseko sokuthi
      abantu

 basendaweni ethile bakhona.

Imibhalo yobufakazi ye RDP kanye neANC izimisele ukuphatha ezombili
izinkulumo ngenhlalo okuhlawa kuyo nokuphumayo. Kodwa kufanele siqhubekele
phambili kunalokhu. Kufanele senze isiqinseko sokuthi izimboni ezintsha
zisebenza ngokuhlanzeka. Kufanele sihlanze phezuu ukugcola okuphuma
kumisebenzi yokumba emayini. Kumele sehlukaniselane ingcebo nemvelo yethu
phakathi kwabantu bonke.

Ukuphathwa kwendawo okuhlalwa kuyo kufanele kuhlukaniswe izingxenye ezine:

   * Ukuphathwa ngokufanayo zwelonke ukuze izifundakazi ezinengcebo emnvelo
     enhle zingacebi kube amanye amaprovinsi abampofu

   * Izinqumo ezenziwe kuleyondawo kodwa lezozinqumo zihambelane nezezwe
     lonke

   * Izakhamuzi zibe nawo amandla ukungenela izingxoxo ngendawo yalapho
     kuhlawa khona futhi bathathe nezinqubo.

   * Izindaba ezihambelana nendawo lapho kuhlalwa khona uma kuthathwa
     izinqumo ngezwe elizakusetshenziswa.

 BOX 3: lmigomo ngendawe lapho kuhalwa khona ifanele:

 1. Ukuqinisekisa ukuthi uma kuthuthukiswa lokho akulimazi inhlalo
 okuhlahva kuyo; kanti futhi kuqinisekiswe ukuba; ecosystems* edingekayo
 iyavikeleka.

 2. Iqinisekise ukuthi ingcebo yemwelougokuphelele ifanele ukubhekwa

 3. Iqinisekise ukuthi abantu abampofu bathola imisebenzi kanye nemali

 4. Iqinisekise ukuth ingcebo yemvelo yehlukaniselwa uwonke-wonke
 ngokulinganayo

 5. Iqinisekise ukuthi wonke umuntu ubanalo ilungelo lokuba endaweni
 yokuhlala engathikamezi impilo yakhe.

 6. Iqinisekise ukuthi kakunangxabano mayelana nokusetshenziswa kwelizwe
 namanzi nokunye

 7. Ukudala imisebenzi

 8. Iqinisekise ukuthi siyakwazi ukuthengisa imikhiqizo yethu
 ngokuphumelelayo emhlabeni jikelele

 9. Iqinisekise ukuthi izimboni eziphumakwamanye amazwe zakha amafektri
 eningizimau Afrika

 10. Kumenywe izakhamuzi.

  ------------------------------------------------------------------------
Okuphakathi
